Arts and Culture

Permanent URI for this collection

Browse

Recent Submissions

Now showing 1 - 5 of 7
  • Item
    Ikhono LikaMakhaye N J Lokubhala Inoveli Engajwayelekile Nokuchaza Esebenzisa Ulimi Olunothile Enovelini Yakhe Ethi: Uze Ungikhonzele
    (Univeristy of Zululand, 2021) Mthiyane, Thembinkosi Radaford
    Lolu cwaningo lucubungula ikhono likaMakhaye N.J. lokubhala inoveli engajwayelekile ethatha usuku olulodwa nokusebenzisa ulimi olunothile uma echaza. Ucwaningo luzama ukuveza ukuthi inoveli iyakwazi ukuthatha isikhathi esifishane. Lokhu kuhlukile enkolelweni ongoti abaningi nababhali bamanoveli abakholelwa ekutheni inoveli kumele ithathe isikhathi eside. UMakhaye usebenzise amasu ahlukene ukubambezela inoveli yakhe ukuthi ingasheshe iphele. Ucwaningo lubuye lugxile kabanzi ekusetshenzisweni kwesifaniso namagama akhethekile enovelini kaMakhaye. Inhloso yalokhu ukunothisa ulimi kule noveli okucwaningwa ngayo. Ucwaningo luphinde lubheke ikhono likaMakhaye elikhethekile neliyingqayizivele lokuchaza kahle abalingiswa kanye nezinto ezivela enovelini yakhe. Lolu cwaningo lunezahluko eziyisishiyagalombili ezihleleke kanje: Isahluko sokuqala siyisingeniso socwaningo lapho kubhekwa khona izinhloso zocwaningo , ingqinamba yocwaningo, intshisekelo yocwaningo, imibuzongqangi, indlela yokuqhuba ucwaningo nomklamo wocwaningo. Isahluko sesibili sizogxila emibonweni yongoti bamanoveli abahlukene. Kuzovezwa izindlela ezahlukene abachaza ngazo inoveli kuqhathaniswa nenoveli kaMakhaye engajwayelekile. Isahluko sesithathu sizoveza izinsizakuhlaziya ezizosetshenziswa kulo cwaningo. Ucwaningo luzogxila kulezi ezilandelayo: Insizakuhlaziya eqanjwe ngomsunguli wayo uKarl Marx, Insizakuhlaziya Yokulandisa, Insizakuhlaziya Ebuka Ngeso Lomfundi kanye nensizakuhlaziya Ethinta Amasiko Nezithombe Isahluko sesine sizoveza iqoqa lenoveli yonke kanye namasu okubhala atholakala enovelini kaMakhaye. Isahluko sesihlanu sona sigxile emagameno akhethekile kanye nokufanisa okusetshenziswe kule noveli. Isahluko sesithupha sikhuluma ngekhono likaMakhaye lokuchaza kahle abalingiswa. Isahluko sesikhombisa sigxile ekhonweni likaMakhaye lokuchaza kahle izinto ezisetshenziswe enovelini yakhe. Isahluko sesishiyagalombili siveza imiphumela, iziphakamiso kanye nesiphetho socwaningo.
  • Item
    Ucwaningo ngomthelela wamalungelo abesifazane nezingane ekuqedeni amasiko nenhlonipho esizweni samaZulu
    (University of Zululand, 2014) Xulu, Khwezi. Primrose; Mashiyane, Z.J
    Intuthuko ifika nezinguquko ezahlukene nezenza kwesinye isikhathi kuthinteke nosikompilo lomuntu. UMthetho wamaLungelo alethe ushintsho olukhulu eNingizimu neAfrika, abe nomthelela ekuziphatheni kwabantu besifazane nezingane esizweni samaZulu. Lokhu kuthinte kakhulu amasiko nenhlonipho esizweni. Kuzovezwa ukungaboni ngaso linye okukhona ezinhlakeni ezithile mayelana nezinguquko ezithinta isiko ekwenzeni imicimbi ethile bese kuzanywa ikhambi lokwelapha lokhu. Isahluko sokuqala: Lapha kwethulwa ucwaningo ngokuveza inhloso nentshisekelo yocwaningo. Kukhona izihloko ezizokwakha ucwaningo njengengqinamba, indlela yokuqhuba ucwaningo, ukubaluleka kocwaningo, imibono yongoti nabathintekayo. Umklamo uzoveza ukuthi ucwaningo luzobe lugxile kuphi. Ukuchazwa kwamagama athintwa isihloko socwaningo kuzokwenza kucace ukuthi liyini isiko. Isahluko sesibili: Kuzobuzwa abantu ngalokho okuthinta isiko namaLungelo. Uhla lwemibuzo luzosetshenziswa ukuze kuvele imizwa nemibono eyahlukahlukene yabantu. Abantu bamazinga ahlukene intsha, omama kanye nogogo bazophawula bazwakalise imibono yabo ngokulandela uhla lwemibuzo. Kuzofundwa imibhalo yongoti nokuphawula kwabo kanye nolwazi olutholakala emaphephandabeni emisakazweni nakomabonakude. Isahluko sesithathu: Kuzohlaziywa imiphumela yocwaningo kanye nemibono yababhali. Kuzovezwa nezinguquko esezikhona mayelana nendlela okuqhutshwa ngayo amanye amasiko esintu. Kuzobhekwa nezigameko ezenzeka esikhathini okuphilwa kuso ukuthi ngabe amaLungelo aneqhaza elingakanani ekunyuseni izibalo. Isahluko sesine: Kubhekwa izinselelo ezibhekene nesizwe sonkana. Izinselelo ngokwamazinga ahlukene njengamakhosi, intsha, izintombi, nezinsizwa kanye ne Silo samabandla. Kucubungulwa iqhaza isizwe elingasithatha ukubhekana nenkinga nokuqhamuka nesisombululo. Isahluko sesihlanu: Kulesi sahluko kubhekwa iziphakamiso, izincomo nokusonga. Kuningi okungaba izixazululo ezingenza uZulu wonkana asale ethokozile ezintweni ezithintaokungamagugu esizwe samaZulu. Lapha kugoqwa konke ngethemba lokuthi kuzosizakala abantu bamazinga ahlukene kakhulukazi intsha
  • Item
    Song, dance, and worship in the Zionist Christian Churches: an ethnomusicological study of African music and religion
    (University of Zululand, 1997) Pewa, Sibusiso Emmanuel; Xulu, M.K.
    The aim of this study is to investigate the relationship between music and worship in contemporary African society. Since there are various forms of activities that constitute the African society, the study will focus on the Zionists' Church music and worship from an ethnomusicological point of view.
  • Item
    Informal business enterprises and their impact on the sustanability of the city of Pietermaritsburg
    (University of Zululand, 2000) Ngcaweni, Beauty Nobahle; Makhanya, E.M.
    There has recently been an increase of clusters of informal business operators in different parts of the city of Pietermaritzburg. Allegations have been made that street vending causes pollution of the environment in the city and that it was an illegal activity associated with crime and other anti-social activities that were inimical to formal business enterprises and the viability and sustainability of the city of Pietermaritzburg. This dissertation was conducted in the context of Agenda 21 of the Rio Earth Summit which advocates for sustainable development of business enterprises, which governments worldwide were persuaded to adopt in their development planning policies. The Pietermaritzburg-Msunduzi Transitional Local Council (TLC) has recently initiated a move to implement the Local Agenda 21 programme as advocated by the Rio Declaration. The main aim of the dissertation was to examine the impact of the informal business enterprises on formal business and the environment, and thereby determine the sustainability of the city of Pietermaritzburg. It was found in this dissertation that street vending was related to the high rate of unemployment in Pietermaritzburg, and that both males and females in their productive years were involved in street vending. Informal businesses were found to be partially responsible for littering and environmental pollution in the city by generating litter from the items they sold on the streets. It was also found that many of the street vendors lived in squalid informal settlements or on the street pavements which contributed to the pollution of the city's environment. It was found that their actions resulted" from an involuntary and necessary condition of poverty. The Street vendors were actually actively engaged in cleaning up operations and environment education in accordance with local Agenda 21. The informal business enterprises were found to be recognised legal activities that cooperated with formal business, the city council and other stakeholders in the fight against environment pollution and crime. It was found that there was a complementary relationship between formal and informal business, which did not jeopardise formal commerce and industry and the sustainability of the city of Pietermaritzburg. It is argued in this dissertation that, with more positive encouragement and assistance, the informal sector is an essential means of alleviating the problems of unemployment and poverty. Guided in the correct direction, the informal business enterprises are a way of promoting the viability, development and sustainability of the city of Pietermaritzburg.
  • Item
    Indigenous features inherent in African popular music of South Africa
    (University of Zululand, 1997) Nkabinde, Thulasizwe; Xulu, M.K.
    The central aim of this study is to identify those features in the music of Ladysmith Black Mambazo, Yvonne Chaka Chaka, Mahlathini and the Mahotella Queens that derive from Indigenous African music and show how they have been transformed to become part of popular idioms. All black South African popular music idioms are heavily reliant upon indigenous sources, not only from the compositional, but from the performing and interactive community points of view. In the case of the music of Ladysmith Black Mambazo, Yvonne Chaka Chaka, Mahlathini and the Mahotella Queens, the influence of Zulu culture is particularly strong, although features of others traditions represented in Black urban society are also perceptible. The reasons for the Zulu orientation of the groups lie in the predominantly Zulu make up, as well as the large number of Zulus that make up black South African urban population. Of course, such Indigenous features as can be observed in their music have not necessarily been transferred directly from their original sources: the process of acculturation of the dominant characteristics of tribal rural musical practices with appropriate Western popular idioms began early on in this century, resulting in such representative urban forms as Marabi, Khwela and Mbube. More sophisticated forms and modes of expression have incorporated, and been based on these early manifestations, resulting in hybridised musical genres that reflect the broad and diverse base of African popular music in South Africa today. Ladymith Black Mambazo, Yvonne Chaka Chaka, Mahlathini and the Mahotella Queens count among the pioneers of the Mbube, Mbaqanga and the urban popular styles. It is through the medium of Mbube and Mbaqanga that Ladysmith Black Mambazo, Yvonne Chaka Chaka, Mahlathini and the Mahotella Queens have established their popular base initially in the townships, then through the record industry, and, latterly, in the spread of shebeen culture into affluent white- dominated venues such as the Get-Ahead shebeen in Rosebank. Johannesburg. Through the music of the group it is possible to examine the development of a particular style traditional/popular acculturation as well as the social and political themes that have found their way into the black popular music of the 1980s and 1990s. This research will thus serve as an analytical guide to the music of Ladysmith Black Mambazo, Yvonne Chaka Chaka, Mahlathini and the Mahotell Queens, particularly regarding the issue of acculturation, it will also serve as a case study in the composer-performer-listener chain which underpins any sociologically-orientated investigation into popular culture and it will be argued that the artefacts of popular culture can only be investigated in this way.
University of Zululand