Browsing by Author "Makhanya, Ntombizonke Eunice."
Now showing 1 - 1 of 1
Results Per Page
Sort Options
- ItemUcwaningo olunzulu ngesibaya(University of Zululand, 1997) Makhanya, Ntombizonke Eunice.; Khumalo, L.Z.M.Lolu cwaningo luhlose ukuvusa ugqozi lokufuya kubantu. Esikhathini eside abantu balahle amasiko abo , balibala amasiko ezinye izizwe. Lolu cwaningo luhlose ukuqwashisa iSintu ukuthi, yize sesingasazi ukuthi kumele sibhekephi, nokho lisekhona ithemba nekhambi elingenziwa. Uma nje besingaba nesineke, sivume ukuqalaza emuva, nokho bezingabuya emasisweni . Lolu cwaningo luzoveza ngokusobala bha ukuthi kwakukhonjwa ngophakathi kwelokhokho. Kuzovela yonke in::okozo yasekhaya ngaphandle kokuwa uvuka , uqhathanisa onsumbulwana. Ingani phela uphokophele ukuthola ukudla okwakha umzimba, njengobisi , amasi nokunye. Lolu cwa.'1ingo luzoveza ukubambisana komndeni ekumiseni insika yawo isibaya. Lolu cwaningo luzoveza isidingo sesibaya emzini womnumzane .