Ucwaningo olunzulu ngesibaya

Loading...
Thumbnail Image
Date
1997
Journal Title
Journal ISSN
Volume Title
Publisher
University of Zululand
Abstract
Lolu cwaningo luhlose ukuvusa ugqozi lokufuya kubantu. Esikhathini eside abantu balahle amasiko abo , balibala amasiko ezinye izizwe. Lolu cwaningo luhlose ukuqwashisa iSintu ukuthi, yize sesingasazi ukuthi kumele sibhekephi, nokho lisekhona ithemba nekhambi elingenziwa. Uma nje besingaba nesineke, sivume ukuqalaza emuva, nokho bezingabuya emasisweni . Lolu cwaningo luzoveza ngokusobala bha ukuthi kwakukhonjwa ngophakathi kwelokhokho. Kuzovela yonke in::okozo yasekhaya ngaphandle kokuwa uvuka , uqhathanisa onsumbulwana. Ingani phela uphokophele ukuthola ukudla okwakha umzimba, njengobisi , amasi nokunye. Lolu cwa.'1ingo luzoveza ukubambisana komndeni ekumiseni insika yawo isibaya. Lolu cwaningo luzoveza isidingo sesibaya emzini womnumzane .
Description
Submitted in partial fulfilment of the requirements for the degree B.A. Honours in the Department of African Languages at the University of Zululand, South Africa, 1997.
Keywords
Zulu (African people)--Customs and traditions.
Citation