Analysis of personnel management practices and performance of government communication and information system in Free State Province, South Africa

Loading...
Thumbnail Image
Date
2023
Journal Title
Journal ISSN
Volume Title
Publisher
University of Zululand
Abstract
This study focused on personnel management practices and the performance of the Government Communication and Information System (GCIS) in the Free State Province. The concern in the provincial office was weak communication service delivery to other sectors of government and citizens across the Free State Province. As cited in the literature review chapter, personnel management is a fundamental part of any organisation or entity and its prominence lies in the systematic management of human resources; which ought to guarantee inclusive and effective management of human capital in the organisation. This was a qualitative study whose design facilitated interactive encounters with participants, which resulted in in-depth and meaningful feedback linked to the objectives of the study. The study followed a case study design, in which data was collected through in-depth interviews with participants. The interview schedule included semi-structured questions because the researcher wanted to collect qualitative, open-ended data and explore participants‟ thoughts. The participants for this study included the provincial director, deputy director, assistant director and all regional coordinators of the GCIS in the Free State Province. A total six (6) participants out of a total population of eight (8) were included in the study. The number of participants supported context specific generalisation. Data for this study was analysed utilising a qualitative thematic analysis and interpretation. Trustworthiness of the data was achieved through member checks and triangulation. The key findings revealed that the GCIS Free State office needed a calibre of personnel with academic qualifications in order to carry out its mandate. Qualified personnel referred to personnel who meet the minimum standards of the posts and possess the competency to master the duties associated with the posts. Another finding was that constraints brought forth by the limited budget affect the implementation of certain tasks such as procurement of tools of trade and payment of overtime. The termination of cash bonuses and the slow salary increment were some factors that have affected morale amongst staff. Part of the key findings was that most participants associated performance assessments with the payment of performance bonuses. Without this financial incentive in place, the participants were not keen to undergo performance assessments. Hence the participants felt that their performance was not valued and rewarded. Lastly, the findings revealed that absenteeism in the GCIS Free State provincial office is minimised through proper management of individual leave plans. All of these context specific observations illustrated that both systemic and human related factors influence the communication service delivery in the Free State Province. OKUHUNYUSHWE NGOLIMI LWESIZULU ISIFINGQO Lolu cwaningo lugxile ekuphathweni kwabasebenzi kanye nokusebenza kohlelo lukahulumeni lwezokuxhumana nolwazi (GCIS), lwesifundazwe sase Freyistata. Okukhathazayo ehhovisi lesifundazwe kwaba ukuntenga kokulethwa kwezinsiza kweminye imikhakha kahulumeni nezakhamizi zizonke esifundazweni sase Freyistata. Njengoba kushiwo esahlukweni sokubuyekezwa kwezincwadi, ukuphathwa kwezisebenzi kuyingxenye ebalulekile yanoma iyiphi inhlangano noma ibhizinisi futhi ukuvelela kwaloko kulele ekuphathweni okuhlelekile kwezinsizakusebenza zabasebenzi, okufanele kuqinisekise ukuphathwa okubandakanyayo nokuphumelelayo ekuphathweni kwabantu enhlanganweni. Lolu bekuwucwaningo lwekhwalithethuvu, okuklama kwalo kwasiza ukuhlangana kwababambiqhaza, okuholele empendulweni ejulile nenengqondo exhumene nezinjongo zocwaningo, lapho idatha (ulwazi) yaqoqwa ngezingxoxo ezijulile nabahlanganyeli. Isheduli yenhlolokhono ibihlanganise imibuzo enesakhiwo esincane ngoba umcwaningi ubefuna ukuqoqa idatha (ulwazi) esezingeni eliphezulu, evulekile futhi ahlole imicabango yababambiqhaza. Ababambiqhaza balolu cwaningo bahlanganise umqondisi wesifundazwe, isekela lomqondisi, umsizi womqondisi, kanye nabobonke abaxhumanisi beGCIS esifundazweni saseFreyistata. Isamba sababambiqhaza abayi – 6 phakathi kwenani labantu abayi – 8 bafakiwe ocwaningweni. Ababambiqhaza basekele umongo oqondile ngokujwayelekile. Idatha yalolu cwaningo ihlaziywe kusetshenziswa ukuhlaziya kwe thematic esezingeni eliphezulu kanye nokutolika. Ukwethembeka kwedatha kufinyelelwe kuko ngokuhlolwa kwamalungu kanye nokuhlanganisa unxantathu. Okutholakele nokubalulekile kwembule ukuthi iGCIS yehhovisi laseFreyistata lidinga izinga labasebenzi abaneziqu zemfundo ephezulu ukuze imfundo yenze umsebenzi v wayo. Ngamanye amazwi: Laba bantu uma behlolwa abatholakale bewufanele umsebenzi abahlolelwa wona. Okunye ukungabikho kwemali kunqinda ukukwenzeka kwezinye zezinto ezithile njengokuthenga amathuluzi okuhweba kanye nokukhokhelwa kwesikhathi sokusebenza esingeziwe. Ukuqedwa kwezimali zomhlomulo nokugqoza kokukhushulwa kwamaholo kungezinye zezinto ezehlise isimilo kubasebenzi. Okunye okutholwe yilolu cwaningo ukuthi ababambiqhaza abaningi bahlobanise, bancikise ukuhlolwa kokusebenza nokukhokhwa kwamabhonasi. Ngaphandle kwale mihlomulo, ababambiqhaza abazimisele neze ukuba bahlolelwe ukusebenza ngoba babona sengathi ukusebenza kwabo akunakwa futhi akuklonyeliswa. Ekugcineni lolu cwaningo luthole ukuthi ukulova emsebenzini kuleli hhovisi lesifundazwe saseFreyistata kuyoncipha ngokuba kube nendlela ehlelekile yabasebenzi yokuya ekhefini. Konke loku okuphawuliwe nokuqondile kuveze ukuthi loku kokubili (izinto ezihlelekile nezihlobene) zinethonya ekulethweni izinsizakuxhumana ezifundazweni saseFreyistata.
OKUHUNYUSHWE NGOLIMI LWESIZULU ISIFINGQO Lolu cwaningo lugxile ekuphathweni kwabasebenzi kanye nokusebenza kohlelo lukahulumeni lwezokuxhumana nolwazi (GCIS), lwesifundazwe sase Freyistata. Okukhathazayo ehhovisi lesifundazwe kwaba ukuntenga kokulethwa kwezinsiza kweminye imikhakha kahulumeni nezakhamizi zizonke esifundazweni sase Freyistata. Njengoba kushiwo esahlukweni sokubuyekezwa kwezincwadi, ukuphathwa kwezisebenzi kuyingxenye ebalulekile yanoma iyiphi inhlangano noma ibhizinisi futhi ukuvelela kwaloko kulele ekuphathweni okuhlelekile kwezinsizakusebenza zabasebenzi, okufanele kuqinisekise ukuphathwa okubandakanyayo nokuphumelelayo ekuphathweni kwabantu enhlanganweni. Lolu bekuwucwaningo lwekhwalithethuvu, okuklama kwalo kwasiza ukuhlangana kwababambiqhaza, okuholele empendulweni ejulile nenengqondo exhumene nezinjongo zocwaningo, lapho idatha (ulwazi) yaqoqwa ngezingxoxo ezijulile nabahlanganyeli. Isheduli yenhlolokhono ibihlanganise imibuzo enesakhiwo esincane ngoba umcwaningi ubefuna ukuqoqa idatha (ulwazi) esezingeni eliphezulu, evulekile futhi ahlole imicabango yababambiqhaza. Ababambiqhaza balolu cwaningo bahlanganise umqondisi wesifundazwe, isekela lomqondisi, umsizi womqondisi, kanye nabobonke abaxhumanisi beGCIS esifundazweni saseFreyistata. Isamba sababambiqhaza abayi – 6 phakathi kwenani labantu abayi – 8 bafakiwe ocwaningweni. Ababambiqhaza basekele umongo oqondile ngokujwayelekile. Idatha yalolu cwaningo ihlaziywe kusetshenziswa ukuhlaziya kwe thematic esezingeni eliphezulu kanye nokutolika. Ukwethembeka kwedatha kufinyelelwe kuko ngokuhlolwa kwamalungu kanye nokuhlanganisa unxantathu. Okutholakele nokubalulekile kwembule ukuthi iGCIS yehhovisi laseFreyistata lidinga izinga labasebenzi abaneziqu zemfundo ephezulu ukuze imfundo yenze umsebenzi wayo. Ngamanye amazwi: Laba bantu uma behlolwa abatholakale bewufanele umsebenzi abahlolelwa wona. Okunye ukungabikho kwemali kunqinda ukukwenzeka kwezinye zezinto ezithile njengokuthenga amathuluzi okuhweba kanye nokukhokhelwa kwesikhathi sokusebenza esingeziwe. Ukuqedwa kwezimali zomhlomulo nokugqoza kokukhushulwa kwamaholo kungezinye zezinto ezehlise isimilo kubasebenzi. Okunye okutholwe yilolu cwaningo ukuthi ababambiqhaza abaningi bahlobanise, bancikise ukuhlolwa kokusebenza nokukhokhwa kwamabhonasi. Ngaphandle kwale mihlomulo, ababambiqhaza abazimisele neze ukuba bahlolelwe ukusebenza ngoba babona sengathi ukusebenza kwabo akunakwa futhi akuklonyeliswa. Ekugcineni lolu cwaningo luthole ukuthi ukulova emsebenzini kuleli hhovisi lesifundazwe saseFreyistata kuyoncipha ngokuba kube nendlela ehlelekile yabasebenzi yokuya ekhefini. Konke loku okuphawuliwe nokuqondile kuveze ukuthi loku kokubili (izinto ezihlelekile nezihlobene) zinethonya ekulethweni izinsizakuxhumana ezifundazweni saseFreyistata. Amagama Angukhiye: ukuphathwa kwabasebenzi, ukuphathwa kokusebenza, ukuxhumana kukahulumeni, Ithiyori yezokusebenza kwabantu, ithiyori yokuphathwa kwesayensi, ukuphathwa kwamasu okusebenza kwabantu, ukuhlolwa kokusebenza
Description
A dissertation submitted to the Faculty of Commerce, Administration and Law in fulfilment of the requirements for the Degree of Master of Public Administration in the Department of Public Administration at the University of Zululand, South Africa [2023].
Keywords
Citation