Ukukhuthazwa kolwazi lwesintu, amasiko, izinkolelo nemikhutshana yesizwe samaZulu neqhaza okungalibamba ekugwemeni izifo ezithathelwana ngocansi, ikakhulukazi igciwane lesandulela ngculazi nengculazi uqobo lwayo
dc.contributor.advisor | Mathenjwa, L.F. | |
dc.contributor.author | Khuzwayo, Bonginkosi Cyprian | |
dc.date.accessioned | 2010-02-23T06:45:09Z | |
dc.date.available | 2010-02-23T06:45:09Z | |
dc.date.issued | 2002 | |
dc.description | Submitted in partial requirements for the degree of Doctor of Philosophy in the Department of IsiZulu namaGugu in the Faculty of Arts at the University of Zululand, 2002. | en_US |
dc.description.abstract | Lolu cwaningo lucubungula ulwazi lwesintu, amasiko, izinkolelo nemikhutshana yesizwe samaZulu neqhaza okungalibamba ekugwemeni izifo ezithathelwana ngokocansi, ikakhulukazi igciwane lesandulela ngculazi nengculazi uqobo lwayo. Luzama ukuthola ukuthi qhaza lini elingabanjwa umphakathi ekulweni nalesi sifo esesibhubhise izwe kangaka. Lucubungula izindlela zesintu ezazisetshenziswa ngempumelelo, esikhathini sakudala, ukunqanda izifo ezithathelwana ngokocansi. Luzama ukuthola ukuthi lezo zindlela ngeke yml zakhuthazwa ukuba zisetshenziswe esikhathini sanamuhla njengesikhali okungaliwa ngaso nalesi sifo esesiqede isizwe Lucubungula iqhaza elingabanjwa amasiko afana nokusokwa kwabesilisa nabesifazane, ukugwetshwa kwabesilisa nabesifazane, ukuhlolwa kwezintombi nezinsizwa, ukuthomba, ukusoma, ukuyobisa, umemulo, irnikhosi efana nomkhosi kaNomkhubulwane, umkhosi womhlanga, kanye neqhaza elingabanjwa amabandla ehlukene ekulweni nokusabalala kwegciwane lesandulela ngculazi, ingculazi uqobo lwayo, ezinye izifo ezithathelwana ngokocansi, ukukhulelwa kwentsha isikhathi singakafiki kanye nokufundiswa kwentsha ngokuziphatha ngenhlanzeko. | en_US |
dc.identifier.other | 266012 | |
dc.identifier.uri | https://hdl.handle.net/10530/260 | |
dc.language.iso | zu | en_US |
dc.subject | Zulu traditions | en_US |
dc.subject | Zulu culture | en_US |
dc.subject | HIV/AIDs prevention--Zulu culture | en_US |
dc.subject | STDs prevention--Zulu culture | en_US |
dc.title | Ukukhuthazwa kolwazi lwesintu, amasiko, izinkolelo nemikhutshana yesizwe samaZulu neqhaza okungalibamba ekugwemeni izifo ezithathelwana ngocansi, ikakhulukazi igciwane lesandulela ngculazi nengculazi uqobo lwayo | en_US |
dc.type | Thesis | en_US |
Files
Original bundle
1 - 1 of 1
Loading...
- Name:
- Ukukhuthazwa Koiwazi Kwesintu, Amasiko, Izinkolelo - BC Khuzwayo.pdf
- Size:
- 3.99 MB
- Format:
- Adobe Portable Document Format
- Description:
License bundle
1 - 1 of 1
Loading...
- Name:
- license.txt
- Size:
- 1.8 KB
- Format:
- Item-specific license agreed upon to submission
- Description: