Injula yesiko lokwelusa esizweni samaZulu kanye nokuthuthukisa kwalo ulimi lwesiZulu

dc.contributor.advisorKhumalo, Z.L.M.
dc.contributor.authorMthembu, Magwegwe Zeblon
dc.date.accessioned2010-07-30T06:42:33Z
dc.date.available2010-07-30T06:42:33Z
dc.date.issued2009
dc.descriptionLwethulwa ukufeza izidingo zeziqu zobudokotela Emnyangweni wezilimi zabomdabu Nyunivesithi yakwaZulu = Submitted in fulfilment for the requerements of the degree of Doctor of Philosophy in the department of African Languages at the University of Zululand, 2009.en_US
dc.description.abstractLolu cwaningo luveza injula yesiko lokwelusa esizweni sakithi kwaMthaniya nendlela elithuthukisa ngalo ulimi lwakithi. Lubheka ukubaluleka kwemfuyo ngokwezinga layo lunyuke njalo lubheka imfundiso nolwazi olutholakala lapho kanye nemidlalo etholakala khona ekwaluseni. Isahluko sokuqala sethula ucwaningo nenhloso yalo. Kuvezwa umklamo wocwaningo nendlela ezosetshenziswa ngenkathi kuqwalwa le ntaba. Kwendlalwa kafuphi ngokubaluleka kwaleli siko nemibono yongoti ngaleli siko. Isahluko sesibili sibheka iqhaza elibanjwa imfuyo ezimpilweni zethu kusukela ezinkukhwini, amakati, izinja, izimvu nezimbuzi kuze kuyoshaya ezinkomeni. Kubhekwa imisebenzi enhlobonhlobo eyenziwa ngemfuyo. Isahluko sesithathu sibheka amazinga okwelusa kusukela umfana esemncane elusa izinkukhu akhule aye ezimbuzini aphumele endle aluse amathole aze agogode ngokwelusa izinkomo. Kuzobhekwa ukukhula komqondo kulelo nalelo zinga elusa kulo. Isahluko sesine sibheka kabanzi imfundiso etholakala ekwaluseni njnegokufunda ulwazi lwemibala yezinkomo, ukwazi ukuqagula nokubona isimo sezulu, ulwazi olunzulu lokwazi izinhlobonhlobo zezihlahla, izilwane, izinyoka, amakhambi emfuyo, ulwazi lokweshela kanye nenhlonipho efundwa khona ekwaluseni. Isahluko sesihlanu sibheka imidlalo enhlobonhlobo edlalwa abafana ngenkathi belusile neqhaza elibanjwa yilowo nalowo mdlalo ekucijeni umqondo womfana. Sibheka imidlalo efana nokungcweka, ukuqhathana, ukudla iphaphu, ukubhukuda, ukuzingela, ukuciba insema neminye. Isahluko sesithupha sesithi khumu, amajoka siwabeke ethala bese sihlaziya sicubungule lonke ucwaningo siveze nezincomo ezisuselwa emiphumelweni yocwaningo. Ekugcineni kuphethwa wonke umsebenzi.en_US
dc.identifier.urihttps://hdl.handle.net/10530/405
dc.language.isozuen_US
dc.subjectStock breeding -- Zulu cultureen_US
dc.subjectLive-stock mindingen_US
dc.titleInjula yesiko lokwelusa esizweni samaZulu kanye nokuthuthukisa kwalo ulimi lwesiZuluen_US
dc.typeThesisen_US
Files
Original bundle
Now showing 1 - 1 of 1
Loading...
Thumbnail Image
Name:
INJULA YESIKO LOKWELUSA ESIZWENI SAMAZULU KANYE NOKUTHUTHUKI.pdf
Size:
989.03 KB
Format:
Adobe Portable Document Format
Description:
License bundle
Now showing 1 - 1 of 1
Loading...
Thumbnail Image
Name:
license.txt
Size:
1.8 KB
Format:
Item-specific license agreed upon to submission
Description: