Ingonyuluka Ngempicabadala Yempi YaseNtibane

dc.contributor.advisorKhumalo, Z.L.M.
dc.contributor.authorKhuzwayo, Bonginkosi Cyprian
dc.date.accessioned2011-09-22T08:55:39Z
dc.date.available2011-09-22T08:55:39Z
dc.date.issued2001
dc.descriptionSubmitted in partial fulfilment of the requirements for the Degree Master of Arts in the Department of African Languages in the Faculty of Arts at the University of Zululand, South Africa, 2001.en_US
dc.description.abstractLolu cwarnngo lucubungula impicabadala ngempi yaseNtibane. Kunernibuzo enusa ikhanda mayelana nokwehlulwa kwempi kaZulu ngesikhathi uZulu ebhekene ngeziqu zamehlo namaBhunu ngonyaka ka-1838. Lolu cwaningo luzama ukuthola ukuthi yini ngempela eyenzeka ngalolu suku lena eyabangela ukunqotshwa kukaZulu empini yaseNtibane? Kungabe amasu okulwa ajwayelekile akawasebenzisanga uNdlela? Kungabe kuyiqiniso ukuthi uZulu owasala kule mpi ubalelwa ezinkulungwaneni ezintathu? Kungabe kuyiqiniso uJ...'Uthi umfula waze waphenduka igazi? Vma kuyiqiniso, kungabe elikaZulu kuphela igazi elaphalala? Lena ngeminye yemibuzo okudingeka iphenduleke. Lolu cwaningo luzama ukuthola izimpendulo zale mibuzo kanye neminye ezohambe ivela Kubhekisiswa izindlela ezazisetshenziswa uZulu uma ebutha amabutho, ukwethiwa igama kwebutho, ukwabiwa kwezihlangu ngokwemibala enhlobonhlobo, imvunulo yamabutho, ukuma kwempi kaZulu jikelele, izindlela zokuhlasela kanye nempicabadala ngempi yaseNtibane. Kuyobhekisiswa imihlobiso eyiiigqizo zokunonophala kolimi kulo msebenzi. Lokhu Imyaphuthuma ukuba kwenziwe ngoba kosiza kakhulu isizwe kakhulukazi oSomlando, oSomafa kaZulu, izizukulwane ngezizulmlwane, izivakashi kanye nalabo abasekhaleni lokweluleka abavakashi ikakhulu kwelakwaMthaniya. Lolu cwaningo lunezahluko eziyisihlanu. Isahluko sokugala "isingeniso socwaningo". Amagama asetshenzisiwe kulo rnqulu azohlaziywa kahle ukuze ingqikithi yalokho akushoyo icace. Sibuka izinhloso nentshisekelo yomsebenzi jikelele. Kukhonjwa indlela yokuqhuba ucwaningo kanye nemidiyo yalo. Isahluko sesibili siqondene "nokurna kwempi kaZulu", ukubutha, izihlangu, imvunulo kanye namanoni olirni avela kulokhu.en_US
dc.identifier.other264276
dc.identifier.urihttps://hdl.handle.net/10530/872
dc.languagezu
dc.subjectZulu fictionen_US
dc.titleIngonyuluka Ngempicabadala Yempi YaseNtibaneen_US
dc.typeThesisen_US
Files
Original bundle
Now showing 1 - 1 of 1
Loading...
Thumbnail Image
Name:
Ingonyuluka ngempicabadala yempi yasentibane. Bonginkkosi C. Khuzwayo.pdf
Size:
21.28 MB
Format:
Adobe Portable Document Format
Description:
License bundle
Now showing 1 - 1 of 1
Loading...
Thumbnail Image
Name:
license.txt
Size:
1.71 KB
Format:
Item-specific license agreed upon to submission
Description: