Ucwaningo olunzulu ngemvunulo yezinkondlo zika-D.B.Z. Ntuli, encwadini ka L.T.L. Mabuya: Ilaka lokulangazelela
dc.contributor.advisor | Khumalo, Z.L.M. | |
dc.contributor.author | Makhanya, Phylacia Nozipho | |
dc.date.accessioned | 2013-01-08T07:58:55Z | |
dc.date.available | 2013-01-08T07:58:55Z | |
dc.date.issued | 1997 | |
dc.description | Submitted to the Faculty of Arts in fulfillment of the requirements of the Honours Degree in the Department of African Languages at the University of Zululand, South Africa, 1997. | en_US |
dc.description.abstract | Lolu cwaningo luhlose ukukhanyisa ukuthi ubunkondlo butholakala kanjani enkondlweni. Luzophawula ngezinyathelo ezithathwa umhluzi uma ehluza inkondlo. Lolu cwaningo luzobheka nokubumbeka kwengaphandle lalezi zinkondlo ezilandelayo : Inhlekelele YaseCoalbrook, Sithi Halala, Kuyona Ie ngabadi. Luhlose ukuveza izinto ezithatha amehlo abafundi. Igama elithi izinto liqondise ezigabeni ezakha inkondlo. Uma uzibheka zibunjwe ngezindlela ezahlukene. Libuye liqondise emigqeni eyakhe inkondlo. Le migqa yakhiwe ngenani elahlukene lamagama. Uma weqisa amehlo esakhiweni salezi zinkondlo, uthola ukuthi izinhlamvu ezakhe amagama nazo zehlukene ngamanani. Ekujuliseni amehlo uyakubona ukuvumelana nokuxhumana komsebenzi wale mbongi. | en_US |
dc.identifier.uri | https://hdl.handle.net/10530/1124 | |
dc.language.iso | zu | en_US |
dc.publisher | University of Zululand | en_US |
dc.subject | Ntuli, deutoronomy bhekinkosi zeblon, 1940- --Criticism and interpretation. | en_US |
dc.subject | Zulu poetry. | en_US |
dc.title | Ucwaningo olunzulu ngemvunulo yezinkondlo zika-D.B.Z. Ntuli, encwadini ka L.T.L. Mabuya: Ilaka lokulangazelela | en_US |
dc.type | Thesis | en_US |