Ucwaningo lwekhono lokuchaza emibhalweni ka-Mngadi J.M.

Loading...
Thumbnail Image
Date
2009
Journal Title
Journal ISSN
Volume Title
Publisher
Abstract
Lolu cwaningo lumayelana nekhono lokuchaza emanovelini ka-J.M. Mngadi. Ziningi-ke izinto azichazayo emanovelini akhe uMngadi. Kulo msebenzi sigxile ikakhulu ekhonweni aliveza uma echaza izigameko kanye nabalingiswa. Sikhethe uMngadi ngoba sibona ukuthi uyena ogxilayo ekuchazeni okuningi asuke exoxa ngakho. Ukuchaza kuze kugubheke isisele ephokophelele ukuthi ofunda indaba aqonde kahle ukuthi uxoxa ngani.
Description
A thesis submitted in fulfillment of the requirements of the degree of Doctor of phisophy in the Faculty of Arts, in the Department of IsiZulu naMagugu at the University of Zululand, 2009.
Keywords
Mngadi J.M. - Novels
Citation