Ubunkondlo obutholakala ezithakazelweni zesiZulu

dc.contributor.advisorMashiyane, Z.J.
dc.contributor.authorMalibe, Joseph Mzingeli
dc.date.accessioned2011-06-14T14:47:16Z
dc.date.available2011-06-14T14:47:16Z
dc.date.issued2009
dc.descriptionSubmitted in fulfilment for the degree Master of Arts in the Department of IsiZulu namaGugu in the Faculty of Arts at the University of Zululand, 2009.en_US
dc.description.abstractLolu phenyo luzama ukuveza ubunkondlo obutholakala ezithakazelweni zesiZulu. Kulolu hlobo lwezinkondlo okuyizithakazelo sithola ukujiya nokusetshenziswa komqondo okunzulu.Phela izithakazelo zithathwa njengomkhuleko kuleso sibongo kanti futhi izithakazelo ziqukethe umlando wokhondolo lokuzalana kuleso sibongo. Yizona ezihlanganisa uZulu wanamuhla noZulu wayizolo. Lolu phenyo ke luyozama ukuveza ukuthi izithakazelo azisetshenziswa kuphela lapho kubingelelwana, kukhulekwa, kukhongwa noma ubonga okuthile okuphiwayo noma ubonga okuthile okwenzelwe ngulowo muntu. Kodwa lolu phenyo luyozama ukukhombisa ukuthi izithakazelo zijiyile kunalokho zinobunzulu kanye nezimpawu zobunkondlo. Yingakho lolu phenyo kufanele luzame ukuveza lobu bunkondlo nobunzulu obutholakala ezithakazelweni. Lolu phenyo luyozama futhi ukuveza ubunkondlo obukhona ezithakazelweni kumazinga ahlukahlukene. Izinga lokuqala ukuveza isakhiwo sangaphandle. Izinga lesibili ukuzama ukuveza isakhiwo sangaphakathi. Izinga lesithathu ukuzama ukuveza ubunkondlo obusezingeni eliphezulu obubonakala bukhona ezithakazelweni. Lolu phenyo luzobuye luveze izinhlobo zezithakazelo ezikhona esiZulwini. Lolu phenyo luyophethwa ngokuba lethule izihlaziyo kanye nezincomo eziyosiza abanye abahlaziyi nabacubunguli kulo mkhakha wobuciko bomlomo.en_US
dc.identifier.urihttps://hdl.handle.net/10530/604
dc.language.isozuen_US
dc.subjectZulu namesen_US
dc.subjectZulu poetryen_US
dc.subjectZulu surnamesen_US
dc.titleUbunkondlo obutholakala ezithakazelweni zesiZuluen_US
dc.typeThesisen_US
Files
Original bundle
Now showing 1 - 1 of 1
Loading...
Thumbnail Image
Name:
UBUNKONDLO OBUTHOLAKALA EZITHAKAZELWENI ZESIZULU.pdf
Size:
701.85 KB
Format:
Adobe Portable Document Format
Description:
License bundle
Now showing 1 - 1 of 1
Loading...
Thumbnail Image
Name:
license.txt
Size:
1.71 KB
Format:
Item-specific license agreed upon to submission
Description: