Ucwaningo ngeqhaza labesifazane esizweni samaZulu, kubhekiswe kakhulukazi kuMkabayi kaJama

dc.contributor.advisorMathenjwa, L.F.
dc.contributor.advisorSikhosana, E.L.Z.
dc.contributor.authorManyathi, Phumzile Precious Pinky
dc.date.accessioned2010-03-02T08:34:52Z
dc.date.available2010-03-02T08:34:52Z
dc.date.issued2002
dc.descriptionSubmitted in partial fullfilment for the requirements of the degree of Master of Arts in the Department of IsiZulu namaGugu in the Faculty of Arts at the University of Zululand, 2002.en_US
dc.description.abstractLolu cwaningo lubheka iqhaza labesifazane esizweni samaZulu .Kubhekiswe kakhulukazi kuMkabayi kaJama owayengubabekazi kaShaka. Ucwaningo oseluke lwenziwa ngaphambilini ngabacwaningi abanjengo-Nkuna (2001) lapho wavecwaninga khona ngeqhaza labesifazane bamaSwazi kwimidlalo (dramas). Uthi likhulu iqhaza elibanjwe ngabantu besifazane nokuba bethathwa njengabantu abangabalulekile nje kakhulu emphakathini uma beqhathaniswa nabesilisa. Kunenkolelo yokuthi abantu besifazane bangabantu ababi ngoba kwasekuqaleni ibona abaletha isono 'emhlabeni lapho u-Eva elinga u-Adam ngokumephulisa umyalo kaNkulunkulu owayebayale ngawo ngesikhathi ebabeka ensimini yase-Eden. Baze bathi abanye wake wasilaya u-Eva ngabe asihlupheki njengoba sihlupheka kangaka nje. Konke lokho njalo ubunzima obethweswa umuntu wesifazane. Ocwaningweni olwenziwayo ngabantu besifazane kuyatholakala ukuthi babukeleka phansi kakhulu. Bathathwa njengabantu abangabalulekile kakhulu nemisebenzi yabo engemikhulu kakhulu. Uma uxoxisana nabantu besifazane uyathola ukuthi abaningi bayayibona nabo le ndlela abantu besifazane abathathwa ngayo. futhi bayakhombisa ukuthi nabo abayithandi. Akukho okuhle okulindeleke kumuntu wesifazane ngoba uke uzwe kuthiv,a uma umuntu wesifazane enze kahle '"udodile". lokho kukhombisa ngokusobala ukuthi umuntu owenza kahle indoda kuphelaen_US
dc.identifier.other268097
dc.identifier.urihttps://hdl.handle.net/10530/266
dc.language.isozuen_US
dc.subjectWomen in zulu cultureen_US
dc.subjectMkabayi kaJamaen_US
dc.titleUcwaningo ngeqhaza labesifazane esizweni samaZulu, kubhekiswe kakhulukazi kuMkabayi kaJamaen_US
dc.typeThesisen_US
Files
Original bundle
Now showing 1 - 1 of 1
Loading...
Thumbnail Image
Name:
Ucwaningo Ngeqhaza Labesifazane Esizweni Samazulu - PPP Manyathi.pdf
Size:
4.2 MB
Format:
Adobe Portable Document Format
Description:
License bundle
Now showing 1 - 1 of 1
Loading...
Thumbnail Image
Name:
license.txt
Size:
1.8 KB
Format:
Item-specific license agreed upon to submission
Description: