Khuzwayo, Pertunia Happy
(University of Zululand, 2012)
Umhlaba uwonke unezindawo ezinamagama ezaziwa ngazo, kanjalo nezigodi
zinamagama umphakathi waqamba unganakile ukuthi usebesebenzisa ubuhlakani.
La magama ezigodi aqanjwe elandela ubuchule obabungafundelwe phansi. ...