Browsing by Author "Mhlungu, Zandile Florence."
Now showing 1 - 1 of 1
Results Per Page
Sort Options
- ItemUcwaningo ngokubaluleka kwezindawo zomlando, ezemvelo nezokwakhiwa ekuthuthukiseni ezokuvakasha endaweni yasebaQulusini(2004) Mhlungu, Zandile Florence.; Mathenjwa, L.F.Lolu cwaningo luhlose ukuqhakambisa iqhaza elibanjwe izindawo zomlando, ezemveIo nezokwakhiwa ekuthuthukiseni ezokuvakasha endaweni yasebaQulusini. Ucwaningo lukuveze kwagqama ukuthi indawo yasebaQulusini icebile ngezigigaba zomlando ezehla khona, icebile futhi ngezindawo eziyizikhungo zokongiwa kwemveIo, konke lokhu kuyiwozawoza elidonsa izivakashi ukuthi zithutheleke kule ndawo ukuze zizitike ngolwazi nobuhle bale ndawo.